Advertisements

[Lyrics] Sjava & Saudi – Amaphiko Lyrics

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Kuth’ uyimiseleni ngawe
K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Kuth’ uhleleni ngawe

Advertisements

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyamb’ awusabuyi
Uz’ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz’ufike emnyango ungavinjwe

Uyobona lapho
Ukuthi akusiz’ ukuduba kodwa ub’ungancengiwe
Uyobona lapho
Ukuthi akusizi ukuduba kodwa ub’ungancengiwe

Advertisements

Why ungibuz’ ukuthi I won’t fight for you
Futh’ uwena othe langaphandle khona abangcono
Mina I don’t deserve you
Manje ung’fonela udakiwe ngabo 3 ek’seni
Ujuthwa u-summer walker
Uyangthuka ufuna silwe sorry I dont need that energy
No woman no cry, woman no cry
Ngidlala u-Bob marley on repeat, peace

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Kuth’ uyimiseleni ngawe
K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Kuth’ uhleleni ngawe

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma
Uyamb’ awusabuyi
Uz’ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz’ufike emnyango ungavinjwe

I will never fight you ngeke ngik’vimbe
I really hope ungcono ke lomtholile
Akafani nami, fani nami
Akafani nami fani nami

Advertisements

How am I at fault wuwe okhethile
Ngizobe ngikulandelelani
It’s not like ungimemile
Nge’ngikhone I can’t argue nawe ngeke ngilunge
Sisi uzoziphikisa uz’ukhathale angikho lapho

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Kuth’ uyimiseleni ngawe
K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K’thiw’ umuntu wakho ungazi
Ukuth’ uhleleni ngawe

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyamb’ awusabuyi
Uz’ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz’ufike emnyango ungavinjwe

Advertisements

I am not a player, ngine habit yokushela
Nge’ngikhone ukuk’khalela I will be on to the next one
Calm down ukhalelani, nayi i-Twinsaver
I am not gonna save you zama i-police station
Hhay ukuthi angikufateli ukuthi angik’ncengi
Who gonna replace me ngiyakutshela I’m not asking

See also  [Lyrics] Justin Bieber – Bad Day Lyrics

Translate to English

Advertisements
Click to Comment

Leave a Reply

.

I need help with…