Advertisements

[Lyrics] Sjava & Nontokozo Mkhize – Thixo Lyrics

Lyrics
Thixo bawo
Ngab’ uyong’bona na
Emasangweni
Ase zulwini
Thixo bawo
Ngab’ uyong’bona na
Emasangweni
Ase zulwini
Ngisho ngoba mhlambe
Ngiyobe ngises’xukwini sabenzi bobubi
Ngisho ngoba mhlambe
Ngiyobe ngises’xukwini sabenzi bobubi
Ngabe uyong’khomba na
Uthi ngena
Ngoba ungisebenzele emhlabeni
Ngabe uyong’khomba na
Uthi ngena
Ngoba ungisebenzele emhlabeni
Kuyisifiso sam ukuth’umoya wami uphumule kuwe
Ngithikoze kuwe
Ngingene nghlale nawe
Uyongamukela yini nah
Nezenzo zami
Nemisebenzi yami yonke
Ngab’imisebenzi yami emihle iyongikhulumela yini (Ngamukele ngamukele ngamukele nam)
Yen’uyowbona yin umbuso wakho (Ngaamukele nam)
Ngyawbona yini umbuso wakho (Ngamukele ngamukele ngamukele nam)
Ngamukele nami (Ngamukele nam)
Ngakushiya konke ngadela konke
Ngakushiya konke ngadela konke
Ngakushiya konke ngadela konke
Haw ngamkela
Ngakushiya konke ngadela konke
Ngakushiya konke ngadela konke
Ngakushiya konke ngadela konke
Haw ngamkela
Uzungkhumbule
Uzungkhumbule
Uzungkhumbule
Uzungkhumbule
Uzungkhumbule
Uzungkhumbule

Advertisements
Advertisements
Advertisements

Leave a Comment

X
Scroll to Top