Advertisements

[Lyrics] Lwah Ndlunkulu – Ngiyeza Lyrics

Lwah Ndlunkulu – Ngiyeza

Lyrics

Advertisements

Dali wen’unghambel’uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent’engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob’ufuna ngzohlala kini
Dali wami
Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob’ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Advertisements

Ngoba wath’uthando lukhona
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini

Noma bengathi ngikipitile
Bekhulume kabi ngathi
Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
Soka lami
Wena hamb’kwa Ndonga ziyaduma
Awhambe uyosebenza
Khon’uzobuya ukuxhumane nomalume
Bath’ekhaya uyinkunzi yomgulukudu
Wena ukhonz’abobhululu
Omalume bethi kim ngisphukuphuku

Dali wen’unghambel’uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent’engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob’ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Advertisements

Ngoba wath’uthando lukhona
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini

Themba lami likuwe thando lwethu likhulu
Mabekhuluma sthule nezitha zishlula
Sthandwa uhamb’ubuye
Bathi uzoduka nezwe kanjani
Anibiz’uMaweni
Khonazonginika ubheka mina ngedwa
Ngedwa voh

Dali wen’unghambel’uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent’engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob’ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Advertisements

Ngoba wath’uthando lukhona
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw’inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini

Translate to English

Advertisements
See also  [Lyrics] Wizkid – Everyday Lyrics
Click to Comment

Leave a Reply

.

I need help with…